Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 4:14 - IsiZulu 2020

14 Umuntu angaphuma ejele abuse, ngisho noma ezalwe engompofu embusweni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 ngokuba waphuma etilongweni ukuba abe yinkosi, yebo, wazalwa embusweni wayo empofu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngokuba uphuma etilongweni ukubusa; kanti ozelwe embusweni wakhe uba mpofu.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 4:14
15 Referans Kwoze  

UFaro wathumela ukuba kubizwe uJosefa, bashesha bamkhipha emgodini, wagunda, wagqoka izingubo ezihlanzekileyo, wayeseya kuFaro.


ukuze aphakamise abaphansi, aphakamisele phezulu, endaweni ephephileyo, abakhalayo.


Kwathi nje izwi lisesemlonyeni wenkosi, kwase kwehla ezulwini izwi, lithi: “We nkosi Nebukhadinezari, kukhulunyiwe kuwe kwathiwa: umbuso usukile kuwe;


Ogcotshiweyo kaSimakade, ongukuphila nomphefumulo wethu, wakhalakathela emigodini yabo, esathi ngaye: “Uyoba ngumthunzi wethu wokukhosela phakathi kwezizwe.”


Amadodana kaZedekiya abulawa phambi kwakhe, uZedekiya amkhipha amehlo, ambopha ngamaketanga, amyisa eBhabhele.


Inkosi uJehoyakini wakwaJuda wazinikela enkosini yaseBhabhele, yena, unina, izinceku zakhe, izikhulu zakhe nezikhulu esigodlweni sakhe. Inkosi yaseBhabhele yamthatha ngonyaka wesishiyagalombili wokubusa kwakhe.


UJehoyakimi walaliswa kokhokho bakhe, uJehoyakini, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Ngabona abaphilayo behla benyuka phansi komthunzi welanga, belandela lowo muntu omusha owayezothatha isikhundla sobukhosi;


Uyamvusa ompofu othulini, uyayiphakamisa impabanga ezaleni, abahlalise nezikhulu, badle ifa lesihlalo sobukhosi, ngokuba izisekelo zomhlaba zingezikaSimakade; ubekile izwe phezu kwazo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite