Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 3:10 - IsiZulu 2020

10 Ngiwubonile umshikashika uNkulunkulu awunike abantu ukuba babe matasatasa ngawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ngibonile umshikashika uNkulunkulu awunikile amadodana abantu ukuba awushikashike.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngabona ukubaluleka komzamo uNkulunkulu awunikela kubantwana babantu ukuze baqeqeshwe kuwo.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 3:10
6 Referans Kwoze  

Uyokujulukela ukudla oyokudla, uze ubuyele emhlabathini owathathwa kuwo, njengoba uwuthuli, uyobuyela othulini.”


Ngokuba uNkulunkulu umupha ukuhlakanipha, nokuqonda nentokozo umuntu omthokozisayo, kodwa isoni usinika umsebenzi wokuqokelela nokumbondela, ukuze siwunike lowo othokozisa uNkulunkulu. Nalokho kuyize, kufana nokubamba utalagu.


Asidlanga sinkwa samuntu ngesihle, kodwa sazikhandla, sisebenza kanzima ubusuku nemini, ukuba singabi mthwalo kumuntu,


Bazalwane, niyakukhumbula ukukhandleka nokushikashikeka kwethu; sisebenza ubusuku nemini, ukuze singabi ngumthwalo nakoyedwa kini, lapho sinishumayeza ivangeli likaNkulunkulu.


Njengalokhu ungazi ukuthi umphefumulo ungena kanjani emathanjeni esibelethweni sowesifazane okhulelweyo, kanjalo kawuwazi umsebenzi kaNkulunkulu owenza izinto zonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite