UmShumayeli 2:12 - IsiZulu 202012 Ngase ngibuye ngicabangisisa ngokuhlakanipha, ngobuhlanya nangobuwula, ngokuba angenzani lowo ongaphansi kwenkosi na? Ngaphandle kwalokho osekuvele kwenziwe. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Ngase ngiphenduka ukuba ngibone ukuhlakanipha, nokuhlanya, nobuwula, ngokuba angenzani umuntu olandela inkosi ngaphandle kwalokho okwenziweyo ngaphambili na? Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202412 Ngase ngiphenduka ukuba ngibone ukuhlakanipha, nokuhlanya, nobuwula; ngoba umuntu oza emva kwenkosi angenzani? lalokho osekwenziwe. Gade chapit la |