Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 12:9 - IsiZulu 2020

9 Ngaphezu kokuhlakanipha, uMshumayeli wayebuye afundise abantu ukwazi, walinganisa, wacwaninga, wahlela izaga eziningi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Futhi ngokuba uMshumayeli wayehlakaniphile, wayefundisa abantu ukwazi, wazindla, waphenya walungisa izaga eziningi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Futhi phezu kwalokho, ngenxa yokuthi umshumayeli wayehlakaniphile, waqhubeka efundisa abantu ulwazi; yebo, wacabangisisa, waphenya, walungisa amazwi amaningi.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 12:9
8 Referans Kwoze  

Waqamba izaga eziyizi-3 000; amaculo akhe ayeyi-1 005.


Lezi yizaga zikaSolomoni, indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli.


Nazi ezinye izaga zikaSolomoni ezaphinde zaqoshwa ngamadodana kaHezekiya, inkosi yakwaJuda.


Nazi izaga zikaSolomoni: Indodana ehlakaniphileyo iyamthokozisa uyise, kodwa eyisiwula, iwusizi kunina.


Babusisiwe abantu bakho, zibusisiwe lezi zinceku zakho ezima njalo phambi kwakho, zizwa ukuhlakanipha kwakho.


USimakade wamnika ukuhlakanipha uSolomoni njengokuba ayeshilo kuye. Kwakukhona ukuthula phakathi kukaHiramu noSolomoni; benza isivumelwano bobabili.


Abahlakaniphileyo bayakukhanya njengokukhazimula kwesibhakabhaka, nabaphendulela abaningi ekulungeni njengezinkanyezi kuze kube phakade naphakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite