Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 10:2 - IsiZulu 2020

2 Inhliziyo yomuntu ohlakaniphile inamathela kokuhle, kodwa inhliziyo yesiwula ibheka kwesobunxele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Inhliziyo yohlakaniphileyo ingakwesokunene sakhe, kepha inhliziyo yesiwula ingakwesokhohlo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Inhliziyo yomuntu ohlakaniphileyo ingakwesokunene sakhe; kodwa inhliziyo yesiwula ngakwesokhohlo.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 10:2
11 Referans Kwoze  

Isiwula sikhuluma amagama amaningi, kodwa akukho muntu owaziyo ukuthi kuzokwenzekani, nongasho ukuthi yini ezolandela uma sesifile?


Uma imbazo ibuthuntu, umuntu engayilolanga, usebenzisa amandla amakhulu; kodwa ukuhlakanipha kuletha ithuba lempumelelo.


Yini ukuba isiwula sibe nemali yokuthenga ukuhlakanipha esandleni, sibe singenangqondo na?


Ukuhlakanipha koqondayo kungukuqonda indlela yakhe, kepha ubuwula beziwula buyinkohliso.


Noma yini isandla sakho esiyitholayo yenze ngamandla akho wonke, ngokuba akukho msebenzi, namcabango, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


Kodwa funani kuqala umbuso wakhe nokulunga kwakhe, yikhona konke lokhu kuyakwenezelelwa kinina.


Iyakumisa izimvu ngakwesokunene sayo, kodwa izimbuzi izimise ngakwesokhohlo sayo.


Ngakho-ke uma navuswa kanye noKhristu, funani okwaphezulu, lapho ekhona uKhristu, ehleli ngakwesokunene sikaNkulunkulu;


Izindebe zabahlakaniphileyo zisabalalisa ulwazi, kepha akunjalo enhliziyweni yeziwula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite