Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 10:17 - IsiZulu 2020

17 Ubusisiwe wena lizwe obuswa yinkosi evuthiwe nehloniphekile, izikhulu zakho zizitika ngedili ngesikhathi esifaneleyo, ukuze zibe namandla, hhayi ukuba zidakwe!

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ubusisiwe wena lizwe onkosi yakho iyindodana yabakhulu, nezikhulu zakho zinedili ngesikhathi, ziziqinise, zingadakwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ubusisiwe wena zwe, uma inkosi yakho iyindodana yezikhulu, nezikhulu zakho zidla ngesikhathi esifanele, ukuze zibe namandla, kungabi ngokudakwa.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 10:17
6 Referans Kwoze  

Isikhulu siyakuba ngomunye wabo, nombusi walo uyakuvela phakathi kwabo. Ngiyakumsondeza, asondele kimi, ngokuba ngubani oke waba nesibindi sokusondela kimi na?’ kusho uSimakade.


Maye kulabo abavuka ekuseni bathungathe uphuzo olunamandla, balibale kuze kuhlwe, badakwe yiwayini!


Uyothenga ngaleyo mali noma yini inhliziyo yakho eyithandayo: izinkabi, izimvu, iwayini, uphuzo olunamandla, noma yini efunwa yinhliziyo yakho, uyodla lapho phambi kukaSimakade uNkulunkulu wakho, uthokoze, wena nabendlu yakho;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite