Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 1:5 - IsiZulu 2020

5 Ilanga liyaphuma, lishone, lisheshe liye endaweni yalo lapho liphuma khona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ilanga liyaphuma, ilanga liyashona, lishesha ukuya endaweni yalo lapho liphuma khona.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ilanga liyaphuma futhi ilanga liyashona futhi liphuthuma endaweni yalo lapho liphuma khona.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 1:5
9 Referans Kwoze  

Ilanga nenyanga kwama nse endaweni yakho ngokubenyezela kwemicibisholo yakho eshwezayo nangokunyazima komkhonto wakho okhanyayo.


Njengendluzele ilangazelela amanzi emifula, kanjalo umphefumulo wami ulangazelela Wena Nkulunkulu.


“Inqobo nje uma umhlaba usekhona, kuyotshalwa kuvunwe, kube makhaza kushise, kube yihlobo nobusika, imini nobusuku, lokhu akuyukunqamuka.”


“Usho kanje uSimakade, uthi: ‘Uma ningasephula isivumelwano sami nemini, nesivumelwano sami nobusuku, kungabe kusaba bikho mini nabusuku ngesikhathi sakho,


uze umcibisholo uhlabe esibindini sayo; isheshela ogibeni njengenyoni, ingazi ukuthi lubekelwe ukuphila kwayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite