Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 1:11 - IsiZulu 2020

11 Akukho ukukhunjulwa kwezinto esezedlule, nokwalezo ezisayokwenziwa yilabo abalandelayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Akukho ukukhunjulwa kwase bephelile, nabalandelayo abayakufika abayikukhunjulwa nabo phakathi kwabalandela bona.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Akukho ukukhunjulwa kwezinto zakuqala; futhi akuyikubakho ukukhunjulwa kwezinto ezizayo kanye nabazayo.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 1:11
7 Referans Kwoze  

Ngokuba akukho ukukhunjulwa kohlakaniphileyo nesiwula, ngoba ngokuhamba kwezinsuku, bobabili bayalibaleka. Kungenzeka kanjani ukuthi ohlakaniphile afe njengesiwula na?


Izitha ziphelile, zabhujiswa, wayisiphula imizi yazo, kwaphela nya ukukhunjulwa kwazo.


Abaphilayo bayazi ukuthi bazokufa, kodwa abafileyo abasazi lutho, futhi abasenamvuzo; abasakhunjulwa nakukhunjulwa.


Izinto zakuqala zifikile, sengizakumemezela izinto ezintsha; zingakaqhamuki, ngiyakunenza nizizwe.”


Ikhona yini into okuthiwa ngayo: “Bheka, lokhu kusha?” Empeleni seyake yaba khona emandulo, singakabi bikho.


Ngabona ababi bengcwatshwa, ababevame ukungena bephuma endaweni engcwele, belibaleka emzini lapho babenza khona lezo zinto; nalokho kuyize.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite