UMikha 1:7 - IsiZulu 20207 Zonke izithombe zalo ziyakuphihlizwa, konke elikukhokhelweyo kushiswe ngomlilo. Izithombe zalo ezibaziweyo ngiyakuzenza zonke zibe yincithakalo, ngokuba likuthole ngenkokhelo yobufebe, futhi kuyakubuye kube yinkokhelo yobufebe. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Zonke izithombe zalo ezibaziweyo ziyakwaphulwa, nakho konke elikukhokhelweyo kuyakushiswa ngomlilo, nayo yonke imifanekiso ngiyakuyenza ukuba ibe yincithakalo, ngokuba likuqoqile ngenkokhelo yobufebe; kuyakubuye kube yinkokhelo yobufebe.” Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20247 Zonke izithombe zakhe ezibaziweyo ziyakwaphulwa, nayo yonke inkokhelo yakhe iyakushiswa ngomlilo, nazo zonke izithombe zakhe ezibaziweyo ngizenze incithakalo; ngoba ikubuthile emvuzweni yesifebe, njalo bazabuyela enkokhelweni yesifebe. Gade chapit la |
Kwathi ukuba kuphele konke lokhu, u-Israyeli wonke owayelapho waphuma waya emizini yakwaJuda, waphihliza izinsika, wagawula o-Ashera, wadiliza izindawo eziphakemeyo nama-althare wonke kwaJuda, kwaBhenjamini, kwa-Efrayimi nakwaManase, waze wakuqeda konke. Base bonke abantu bakwa-Israyeli bephindela emuva, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe, emizini yakubo.