Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 9:21 - IsiZulu 2020

21 izifuba, nomlenze wangakwesokunene u-Aroni wakuzungezisa, kwaba ngumnikelo wokuzungeziswa phambi kukaSimakade njengalokhu ayeyalile uMose.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 izifuba nomlenze wokunene wakuzulisa, kube ngumnikelo wokuzuliswa phambi kukaJehova, njengalokho uMose eyalile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 U-Aroni wanyakazisa izifuba nomlenze wesokunene njengomnikelo wokuzuliswa phambi kukaJehova; njengokulaya kukaMozisi.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 9:21
9 Referans Kwoze  

Uma umuntu ekhuluma, makakhulume ngokwamazwi avela kuNkulunkulu. Uma umuntu ekhonza, makakhonze njengokwamandla awanikwa nguNkulunkulu, ukuze uNkulunkulu adunyiswe kukho konke ngoJesu Khristu okukuye inkazimulo namandla kuze kube phakade naphakade. Amen.


Masinyane kwaba khona kanye nengelosi uquqaba lwebandla lasezulwini, lumdumisa uNkulunkulu, luthi:


Wathi kimi: “Wena uyinceku yami, Israyeli, engizoluveza ngayo udumo lwami.”


Aniyukulidla igazi, noma ngelenyoni noma ngelenkomo kunoma yiyiphi yezindlu zenu.


Amanoni engcuba nawokudweshulwe yisilwane sasendle angasetshenziselwa yonke eminye imisebenzi, kodwa aniyukuwadla nhlobo.


ukubeke konke lokhu ezandleni zika-Aroni nasezandleni zamadodana akhe, ukuzungezise kube ngumnikelo wokuzungeziswa phambi kukaSimakade.


awabeka phezu kwesifuba; wawashisa kwaba nentuthu e-althare;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite