Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 8:29 - IsiZulu 2020

29 UMose wathatha isifuba, wasizulisa saba ngumnikelo wokuzulazuliswa phambi kukaSimakade; saba yisabelo sikaMose enqameni yokubabeka njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 UMose wathatha isifuba, wasizulisa saba ngumnikelo wokuzuliswa phambi kukaJehova; sasiyisabelo sikaMose sasenqameni yokwahlukaniselwa, njengalokho uJehova emyalile uMose.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 UMose wayesethatha isifuba, wasinyakazisa njengomnikelo wokuzuliswa phambi kukaJehova; ngoba enqameni yokwahlukaniselwa kwakuyisabelo sikaMose; njengalokho uJehova emyalile uMose.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 8:29
6 Referans Kwoze  

Uma umuntu ekhuluma, makakhulume ngokwamazwi avela kuNkulunkulu. Uma umuntu ekhonza, makakhonze njengokwamandla awanikwa nguNkulunkulu, ukuze uNkulunkulu adunyiswe kukho konke ngoJesu Khristu okukuye inkazimulo namandla kuze kube phakade naphakade. Amen.


Ngakho-ke noma niyadla, noma niyaphuza, noma nenzani nje, konke kwenzeleni udumo lukaNkulunkulu.


Bayoletha njengomnikelo kuSimakade, bonke abafowenu bevela ezizweni zonke ngamahhashi, ngezinqola, ngezinhlaka, ngeminyuzi nangamakameli, bayoza entabeni yami engcwele, iJerusalema,” kusho uSimakade, “njengalokhu abakwa-Israyeli bewuletha umnikelo wabo ngesitsha esihlambulukileyo endlini kaSimakade.


UMose no-Aroni babengabanye babaphristi bakhe, uSamuweli engomunye wababekhuleka eGameni lakhe. Bakhuleka kuSimakade, Yena wabaphendula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite