Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 8:26 - IsiZulu 2020

26 wathatha iqebelengwane laba linye eqomeni lezinkwa ezingenamvubelo elaliphambi kukaSimakade, neqebelengwane lesinkwa samafutha laba linye, nekhekheba lalinye, wakubeka phezu kwamanoni, naphezu komlenze wesokunene,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 naseqomeni lezinkwa ezingenamvubelo elalisebusweni bukaJehova wathatha iqebelengwane laba linye elingenamvubelo, neqebelengwane laba linye lesinkwa samafutha, nomqathane munye, wakubeka phezu kwamanoni naphezu komlenze wokunene,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Eqomeni lesinkwa esingenamvubelo esasiphambi kukaJehova, wathatha iqebelengwane elilodwa elingenamvubelo neqebelengwane elilodwa lamafutha neqebelengwane elilodwa wakubeka emanoni nasehlombe lokunene.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 8:26
5 Referans Kwoze  

Uyothatha eqomeni elethulwe phambi kukaSimakade, isinkwa, neqebelengwane lesinkwa esinamafutha, nekhekheba,


Ngokuba munye uNkulunkulu, munye nomlamuleli phakathi kukaNkulunkulu nabantu, ngumuntu uKhristu uJesu,


Kwenziwa izimangaliso nezibonakaliso eziningi kubantu, ngezandla zabaphostoli. Bonke babenhliziyonye besemphemeni kaSolomoni.


ULizwi waba ngumuntu, wahlala phakathi kwethu. Sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo yozelwe yedwa kuYise, egcwele umusa neqiniso.


Wathatha amanoni, umsila ononile, umhlwehlwe, amanoni aphezu kwesibindi, nezinso zombili namanoni azembozile, nomlenze wesokunene,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite