Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 8:17 - IsiZulu 2020

17 Kepha inkunzi nesikhumba sayo, inyama yayo, nomswani wayo, wakushisa ngomlilo ngaphandle kwekamu, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kepha inkunzi nesikhumba sayo, nenyama yayo, nomswani wayo, wakushisa ngomlilo ngaphandle kwekamu,* njengalokho uJehova emyalile uMose.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kepha inkunzi nesikhumba sayo, nenyama yayo, nomswani wayo, wakushisa ngomlilo ngaphandle kwekamu; njengalokho uJehova emyalile uMose.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 8:17
9 Referans Kwoze  

Kodwa inyama yenkunzi, nesikhumba sayo, nomswani wayo, uyokushisela ngaphandle kwenkambu; kungumnikelo wesono.


UKhristu wasihlenga esiqalekisweni somthetho ngokwenziwa abe yisiqalekiso ngenxa yethu, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Baqalekisiwe bonke abalengiswa emthini,”


Inkunzi yomnikelo wesono nempongo yomnikelo wesono, okungeniswe igazi lakho ukwenza ukubuyisana endaweni engcwele, ziyakukhishelwa ngaphandle kwenkambu, izikhumba zakho nenyama yakho nomswani wakho, kushiswe ngomlilo.


Kepha yonke iminikelo yesono okungeniswe igazi layo ethendeni lokuhlangana ukwenza ukubuyisana endaweni engcwele, ayinakudliwa; iyoshiswa ngomlilo.’ ”


Uyolikhiphela iduna ngaphandle kwenkambu, alishise njengoba eshise elokuqala; lingumnikelo wesono webandla.


Inyama nesikhumba wakushisa ngomlilo ngaphandle kwenkambu.


Uyakuthatha inkunzi yomnikelo wesono, ishiswe endaweni yendlu ekhethiweyo, engaphandle kwendlu engcwele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite