Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 7:27 - IsiZulu 2020

27 Oyodla igazi uyakunqunywa kubantu bakubo.’ ”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Yilowo nalowo odla igazi lowo muntu uyakunqunywa kubantu bakubo.’ ”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Wonke umphefumulo odla noma yiluphi uhlobo lwegazi, lowo mphefumulo kumelwe unqunywe kubantu bakubo.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 7:27
7 Referans Kwoze  

Pho-ke nicabanga ukuthi singakanani isijeziso salowo obukele phansi iNdodana kaNkulunkulu, wadelela igazi lesivumelwano angcweliswa ngalo, wahlambalaza uMoya womusa, na?


Ngokuba oyokudla amanoni enkomo enikelwa kuSimakade ibe ngumnikelo womlilo, lowo owudlayo uyakudingiswa.


Aniyukulidla igazi, noma ngelenyoni noma ngelenkomo kunoma yiyiphi yezindlu zenu.


USimakade wakhuluma kuMose, wathi:


“ ‘Yilowo nalowo muntu wendlu yakwa-Israyeli noma umfokazi ogogobele phakathi kwabo odla igazi noma yiliphi, ngiyomelana nalowo muntu odla igazi, ngimnqume kwabakubo.


Abanye base bembikela uSawule, bathi: “Uyabona-ke, abantu sebonile kuSimakade badla okunegazi.” Wathi uSawule: “Nenze kabi, ngakho-ke namuhla gingqelani kimi itshe elikhulu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite