Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 7:19 - IsiZulu 2020

19 “ ‘Inyama eyothintana nokungcolileyo ayiyukudliwa; iyakushiswa emlilweni, nokho enye inyama bangayidla bonke abahlambulukileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 “ ‘Inyama ethinta into engcolileyo ayinakudliwa, kepha iyakushiswa ngomlilo; nokho le nyama-ke bonke abahlambulukileyo bangayidla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Inyama ethinta into engcolileyo mayingadliwa; kumelwe ishiswe ngomlilo, futhi ngokuqondene nenyama, bonke abahlanzekile kumelwe bayidle.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 7:19
12 Referans Kwoze  

Kwabahlanzekileyo konke kuhlanzekile, kepha kwabangcolileyo nabangakholwayo akukho lutho oluhlanzekileyo, kodwa kungcole ingqondo nonembeza wabo.


Ngakho-ke: “Phumani phakathi kwabo, nehlukane nabo,” kusho iNkosi. “Ningathinti okungcolileyo; khona ngiyakunamukela,


Ungawuchithi umsebenzi kaNkulunkulu ngenxa yokudla. Konke kuhlanzekile, kepha kungcolile kulowo muntu okudla qede akhubeke.


Ngiyazi, njengokuba nginesiqiniseko eNkosini uJesu, ukuthi akukho lutho olungcolileyo ngokwalo, kuphela kulowo othi kungcolile, kuyena-ke kungcolile.


Wathi kubo: “Niyazi ukuthi akuvunyelwe ukuba umuntu ongumJuda ahlangane noma ahambelane nowesinye isizwe, kodwa uNkulunkulu ungitshengisile ukuba ngingasho nakoyedwa ngithi unechilo noma ungcolile.


Kepha-ke lokho okungaphakathi kupheni abampofu, konke kuzakube kuhlambulukile kini.


Noma yini eyothinta inyama yawo iyoba ngcwele; lapho igazi lawo lichaphazeleke engutsheni, uyoyigeza endaweni engcwele ingxenye yengubo echaphazelekile.


Uma nje inyama yomnikelo wakhe wokuthula idliwe ngosuku lwesithathu, umnikelo wakhe awuyukwamukeleka, futhi awuyukubalelwa kulowo owunikeleyo; uyakuba yisinengiso, kanjalo nomuntu oyidlayo uyothwala icala.


Kepha oyokudla inyama yomhlatshelo wokuthula kaSimakade esangcolile uyonqunywa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite