Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 7:10 - IsiZulu 2020

10 Yonke iminikelo yokusanhlamvu exutshwe namafutha neyomileyo iyoba ngeyawo wonke amadodana ka-Aroni, anikwe ngokulinganayo.’ ”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Yonke iminikelo yempuphu exovwe namafutha neyomileyo iyakuba ngeyamadodana onke ka-Aroni, enye ithole njengenye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wonke umnikelo wokudla oxutshwe ngamafutha nokomile kumelwe unikwe wonke amadodana ka-Aroni, enye njengenye.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 7:10
4 Referans Kwoze  

ukuze kuthi ngalesi sikhathi ninenala nisize abanye ekusweleni kwabo, nabo ngokunjalo enaleni yabo, basize nani ekusweleni kwenu, ukuze kube khona ukulingana,


Kepha kwathi lapho bekulinganisa nge-omeri, kulabo ababebuthe okuningi akusalanga lutho, nalabo ababebuthe okuncane abantulanga: yilowo nalowo wayebuthe ngangokwesidingo sakhe.


Yonke iminikelo yokusanhlamvu ebhakwe kuhhavini, naleyo elungiselwe okhambeni nasemqengeleni ombozwayo iyakuba ngeyomphristi onikele ngayo.


“ ‘Lena yindlela yomthetho eyolandelwa lapho kwenziwa imihlatshelo yeminikelo yokuthula eyonikelwa kuSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite