1 USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
“Uma umuntu enika umakhelwane wakhe imali noma izimpahla ukuba amgcinele ziphephile zibe zingezebiwe endlini kamakhelwane, uma libanjwa isela, liyakukhokha ngokuphindwe kabili.
Kungumnikelo wecala; nempela unecala phambi kukaSimakade.”
“Uma umuntu ona, enza isiphambeko kuSimakade ngokukhohlisa umakhelwane wakhe ngento ebekiweyo, noma eyisibambiso, noma amqole, noma ecindezela umakhelwane wakhe,
Uyoletha umnikelo wakhe wecala kuSimakade ngasemnyango wethende lokuhlangana, inqama ibe ngumnikelo wecala.
Ungebi.
“Uma umuntu entshontsha inkabi noma imvu, bese eyihlaba noma ayithengise, uyokhokhiswa izinkabi ezinhlanu ngenkabi, nezimvu ezine ngemvu.
Emadodaneni ka-Aroni, leyo eyonikela ngegazi leminikelo yokuthula nangamanoni, iyonikezwa umlenze wesokunene.
Kepha uZakewu wasukuma, wathi eNkosini: “Nkosi, ngipha abampofu ingxenye yempahla yami; kuthi uma ngimqolile umuntu okuthile, ngikubuyisele kuye sekuphindwe kane.”