Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 3:14 - IsiZulu 2020

14 Uyothatha kuso, anikele kube ngumnikelo wakhe womlilo kuSimakade: amanoni amboze ezangaphakathi zaso, nawo wonke akwezangaphakathi,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Abesethabatha kuyo, anikele ngomnikelo wakhe ube ngumnikelo womlilo kuJehova, amanoni asibekela izibilini nawo onke amanoni aphezu kwezibilini,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kumelwe alethe kuwo umnikelo wakhe, umnikelo womlilo kuJehova; amanoni asibekela izibilini, nawo onke amanoni aphezu kwezibilini;

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 3:14
13 Referans Kwoze  

Khona wathi kubo: “Umphefumulo wami ulusizi kakhulu, kuze kube sekufeni; hlalani lapha, nilinde kanye nami.”


UJesu wathi kuye: “ ‘Woyithanda iNkosi uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho, nangawo wonke umphefumulo wakho, nangayo yonke ingqondo yakho.’


Ngaphumelani esibelethweni ukuba ngibone ukuhlupheka nosizi, nezinsuku zami ziphelele ehlazweni na?


Ndodana yami, ngiphe inhliziyo yakho, amehlo akho enamele izindlela zami.


Ningakudli kuluhlaza noma kubiliswe ngamanzi, kodwa imilenze yalo, ikhanda, nezangaphakathi makosiwe emlilweni.


abeke isandla sakhe enhloko yaso, asihlabele phambi kwethende lokuhlangana. Amadodana ka-Aroni ayofafaza igazi laso nxazonke ze-althare.


nezinso zombili namanoni azembozile asokhalo, namanoni aphezu kwesibindi, uyowasusa ezinsweni.


Uyowasusa wonke amanoni ayo ngendlela okususwe ngayo amanoni emnikelweni wokuthula, umphristi ayishise kube nentuthu e-althare, kube yiphunga elimnandi kuSimakade, umphristi amenzele ukubuyisana, athethelelwe.


awabeka phezu kwesifuba; wawashisa kwaba nentuthu e-althare;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite