Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 27:24 - IsiZulu 2020

24 Ngonyaka wejubhili insimu iyakubuyela kulowo eyayithengwe kuye, kulowo eyifa lakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Ngomnyaka wejubili* insimu iyakubuyela kuye eyathengwa kuye, yebo, kuye olifa lensimu lingelakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ngomnyaka wejubili isiqephu sezwe siyakubuyela kulowo esathengwa kuye, kumnikazi wezwe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 27:24
5 Referans Kwoze  

Uma engawatholi amandla okulibuyisela kuye, lelo ayelithengisile liyakusala esandleni sowalithengayo, kuze kufike unyaka wejubhili. Liyokhululeka ngejubhili, bese ebuyela efeni lakhe.


Kodwa uma engayihlengi insimu yakhe, noma eyithengisele omunye umuntu, akasayukukwazi ukuyihlenga.


“ ‘Ngonyaka wejubhili, yilowo nalowo uyobuyela efeni lakhe.


umphristi uyakumbalela isamba sayo kuze kufike unyaka wejubhili, intengo eyakukhokhwa ngalolo lusuku, iyakuba ngcwele kuSimakade.


Konke ukulinganisa kuyakuba ngokweshekeli lendawo engcwele; amagera angama-20 ayakuba yishekeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite