Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 27:23 - IsiZulu 2020

23 umphristi uyakumbalela isamba sayo kuze kufike unyaka wejubhili, intengo eyakukhokhwa ngalolo lusuku, iyakuba ngcwele kuSimakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 umpristi uyakumbalela imali yokulinganisa kwakho kuze kufike umnyaka wejubili,* anike ukulinganisa kwakho ngalolo suku kube yinto engcwele kuJehova.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Khona-ke umpristi kumelwe amabele inani lokulinganisa kwakho kuze kube unyaka wejubili; kumelwe anikeze isilinganiso sakho ngalolo suku njengendawo engcwele kuJehova.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 27:23
4 Referans Kwoze  

Kepha uma engcwelisa insimu yakhe ngemuva kwejubhili, umphristi uyombalela imali ngokweminyaka eseleyo kuze kufike unyaka wejubhili, bese kususwa lokho okulinganisiwe.


umphristi uyakusihlola ukuze abone noma sihle noma sibi; njengalokho umphristi elinganisile, kuyakuba kanjalo.


“ ‘Uma umuntu engcwelisa kuSimakade insimu ayithengileyo, okungesiyo ingxenye yefa lakhe,


Ngonyaka wejubhili insimu iyakubuyela kulowo eyayithengwe kuye, kulowo eyifa lakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite