Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 27:21 - IsiZulu 2020

21 Lapho insimu isikhululwa ngonyaka wejubhili, njengensimu enikelwe, iyakuba ngcwele kuSimakade; ibe yifa lomphristi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Kepha insimu ekuphumeni kwayo ngejubili* iyakuba ngcwele kuJehova njengensimu eyahlukaniswayo; iyakuba yifa lompristi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Kodwa insimu, uma iphuma ngomnyaka wejubili, iyakuba ngcwele kuJehova njengesiqephu sezwe; impahla yaso kumelwe ibe ngeyompristi.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 27:21
11 Referans Kwoze  

Bayakudla umnikelo wokusanhlamvu, umnikelo wesono, nomnikelo wecala, konke lokho okwehlukanisiweyo kwa-Israyeli kuyakuba ngokwabo.


“Konke okwehlukanisiwe kwa-Israyeli kuyoba ngokwakho.


Kepha izindlu zemizana engenalo ugange macala wonke ziyakubalwa namasimu; zinokuhlengwa, zibuyiselwe kubaninizo ngejubhili.


Uma engawatholi amandla okulibuyisela kuye, lelo ayelithengisile liyakusala esandleni sowalithengayo, kuze kufike unyaka wejubhili. Liyokhululeka ngejubhili, bese ebuyela efeni lakhe.


Unyaka wama-50 niyakuwungcwelisa, nimemezele ukukhululeka kwazo zonke izakhamuzi. Kuyakuba ngunyaka wejubhili kini, niyakubuyela, kube yilowo nalowo efeni lakhe, yilowo nalowo abuyele emndenini wakubo.


nokuthi uma bengafinyelelanga emhlanganweni ngezinsuku ezintathu, bayokwephucwa yonke impahla yabo, badingiswe enhlanganweni yabathunjwa ngokwesinqumo sabaphethe nezikhulu.


Umuzi nakho konke okukuwo kuyakunikelwa kuSimakade, ubhujiswe, nguRahabi isifebe kuphela nabo bonke abanaye endlini yakhe abayosinda, ngokuba wathukusa izinhloli zethu esasizithumele.


Akuyukunamathela lutho oluqalekisiweyo esandleni sakho ukuze uSimakade aphenduke entukuthelweni yakhe evuthayo, aniphathe ngomusa, abe nesihe kini, anandise, njengalokhu afunga kokhokho benu,


Kodwa uma engayihlengi insimu yakhe, noma eyithengisele omunye umuntu, akasayukukwazi ukuyihlenga.


“ ‘Uma umuntu engcwelisa kuSimakade insimu ayithengileyo, okungesiyo ingxenye yefa lakhe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite