Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 27:16 - IsiZulu 2020

16 “ ‘Uma umuntu engcwelisela uSimakade ingxenye yensimu eyifa lakhe, ukulinganiswa kwayo kuyakuba njengokukhiqiza kwayo, kube ngamashekeli angama-50 esiliva ehomere lebhali.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “ ‘Uma umuntu eyakumngcwelisela uJehova inxenye yensimu yefa lakhe, ukulinganisa kwakho kuyakuba njengokuhlwanyelwa kwayo, ukuhlwanyelwa kwehomere* lebhali* kube ngamashekeli* angamashumi ayisihlanu esiliva.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Uba-ke umuntu engcwelisela uJehova isiqephu sezwe efeni lakhe, ukulinganisa kwakho kuyakuba ngembewu yaso; ihomere lembewu yebhali liyakuba ngamashekeli angamashumi ayisihlanu esiliva.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 27:16
7 Referans Kwoze  

Le ndawo ingakathengiswa bekungesiyo yini eyakho na? Lapho seyithengisiwe ibingekho yini emandleni akho na? Pho yini unqume ukwenza lobu bubi enhliziyweni yakho na? Awuqambanga nje amanga kubantu kodwa kuNkulunkulu.”


Ngazithengela yena ngezinhlamvu ezili-15 zesiliva kanye nengxenye yehomere lebhali.


Ngokuba ama-eka alishumi esivini ayakuthela ibhathi libe linye, ihomere lembewu lithele i-efa nje.”


Uma oyingcwelisayo ethanda ukuyihlenga indlu yakhe, uyakuthasisela okwesihlanu kwemali yokulinganiswa, bese iba ngeyakhe.


Uma engcwelisa insimu yakhe kusukela ngonyaka wejubhili, ukulinganisa kwakhe kuyakuma.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite