Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 27:14 - IsiZulu 2020

14 “ ‘Uma umuntu eyakwehlukanisa indlu yakhe ibe ngcwele kuSimakade, umphristi uyakuyilinganisa ukubona ukuthi yinhle noma yimbi; njengalokhu umphristi eyilinganisile, kuyakuba kanjalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 “ ‘Nxa umuntu eyakungcwelisa indlu yakhe ibe ngcwele kuJehova, umpristi uyakuyilinganisa uma inhle noma imbi; njengalokhu umpristi eyilinganisa, kuyakuba njalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Uma umuntu engcwelisa indlu yakhe ukuba ibe ngcwele kuJehova, umpristi uyakuyilinganisa ukuthi inhle noma yimbi; njengalokhu umpristi eyilinganisa, kumelwe ime kanjalo.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 27:14
8 Referans Kwoze  

“Konke okwehlukanisiwe kwa-Israyeli kuyoba ngokwakho.


Lapho insimu isikhululwa ngonyaka wejubhili, njengensimu enikelwe, iyakuba ngcwele kuSimakade; ibe yifa lomphristi.


Kodwa uma ethanda ngempela ukusihlenga, uyakuthasisela okwesihlanu kwaso kukho okulinganisiweyo.


Uma oyingcwelisayo ethanda ukuyihlenga indlu yakhe, uyakuthasisela okwesihlanu kwemali yokulinganiswa, bese iba ngeyakhe.


Uma engcwelisa insimu yakhe kusukela ngonyaka wejubhili, ukulinganisa kwakhe kuyakuma.


Kepha uma engcwelisa insimu yakhe ngemuva kwejubhili, umphristi uyombalela imali ngokweminyaka eseleyo kuze kufike unyaka wejubhili, bese kususwa lokho okulinganisiwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite