ULevitikusi 26:36 - IsiZulu 202036 “ ‘Abayosala phakathi kwenu, ngiyakubehlisela indumalo ezinhliziyweni zabo, besemazweni ezitha zabo. Bayakuxoshwa ngisho nangukuhashaza kweqabunga lipheshethwa ngumoya, babaleke njengomuntu ebalekela inkemba, bawe kungekho obaxoshayo. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE36 “ ‘Abaseleyo bakini ngiyakubehlisela itwetwe ezinhliziyweni zabo emazweni ezitha zabo; ubuhashahasha beqabunga elinyakaziswayo buyakubaxosha, babaleke njengalokhu umuntu ebalekela inkemba, bawe bengaxoshwa muntu. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202436 Futhi mayelana nalabo kini abasele bephila, ngizothumela ukudangala ezinhliziyweni zabo emazweni ezitha zabo; umsindo weqabunga elikhencezayo uyobasukela; bayakubaleka njengababaleki phambi kwenkemba; bayakuwa uma kungekho obaxoshayo. Gade chapit la |