Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 26:27 - IsiZulu 2020

27 “ ‘Uma nangalokhu ningangilaleli, kodwa nihamba nimelene nami,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 “ ‘Kepha uma ningangilaleli nangazo zonke lezo zinto, kodwa nihamba niphambene nami,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Futhi uma ningafuni ukungilalela zonke lezi zinto, kodwa nihambe ngokumelene nami;

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 26:27
6 Referans Kwoze  

nami ngizomelana nani, ngizakunishaya, yebo, ngokuphindwe kasikhombisa, ngenxa yezono zenu.


“ ‘Uma niyohamba nimelene nami, ningavumi ukungilalela, ngiyakunehlisela izinhlupheko eziphindwe kasikhombisa, ngenxa yezono zenu.


Lapho nginephuca ukudla okunisimamisile, abesifazane abalishumi bayakubhaka isinkwa eziko elilodwa. Bayakunilinganisela lapho besiletha kini, nidle ningasuthi.


nami ngizomelana nani ngolaka, yebo, ngizonishaya kuze kube kasikhombisa, ngenxa yezono zenu.


“Ngakho-ke sayipheka indodana yami, sayidla; ngase ngithi kuye ngosuku olulandelayo: ‘Sinike indodana yakho ukuba siyidle;’ wayeyifihlile indodana yakhe.”


Niyobhubha njengezizwe uSimakade azibhubhisa phambi kwenu, ngokuba ningalilalelanga izwi likaSimakade uNkulunkulu wenu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite