Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 26:23 - IsiZulu 2020

23 “ ‘Uma phezu kwazo zonke izinto enginishaye ngazo ningaphendukanga, kodwa nahamba nimelene nami,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 “ ‘Kepha uma ningaxwayiswa yimi ngalezo zinto, kodwa nihamba niphambene nami,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Njalo uba lingaguqulwa yimi ngalezizinto, kodwa ngiphikisani;

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 26:23
9 Referans Kwoze  

Simakade, kanti amehlo akho awafuni lona yini iqiniso na? Ubashayile, kodwa abadabukanga, ubaqedile, kepha balile ukwemukela ukuyalwa; ubuso babo babenze balukhuni ukwedlula itshe, benqaba ukuphenduka.


“Abantwana benu ngibashayele ize, abakwemukelanga ukuyalwa. Inkemba yenu idle abaphrofethi benu njengengonyama ebhubhisayo.


“ ‘Uma niyohamba nimelene nami, ningavumi ukungilalela, ngiyakunehlisela izinhlupheko eziphindwe kasikhombisa, ngenxa yezono zenu.


Kohlanzekileyo, uzibonakalisa ehlanzekile; koyisigwegwe, azibonakalise enenkani.


Konenhliziyo emhlophe uzibonakalisa ehlanzekile, kowonakele uzibonakalisa eyisigwegwe.


Njengokulotshiweyo emthethweni kaMose konke lokhu okubi kusehlele, nokho asincenganga ebusweni bukaSimakade uNkulunkulu wethu ukuba siphenduke ebubini bethu, siqonde iqiniso lakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite