Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 26:10 - IsiZulu 2020

10 Niyakudla okugcinwe ezinqolobaneni, nikhiphe okudala ukuze ningenise okusha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Niyakudla unyasa omdala, nikhiphe unyasa ngenxa yokusha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Niyakudla isithombo esidala, nikhiphe esidala ngenxa yesisha.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 26:10
5 Referans Kwoze  

Niyolima ngonyaka wesishiyagalombili, nibe nisadla izithelo enizigcinile; kuze kufike unyaka wesishiyagalolunye, kungene izithelo zawo, niyakudla okugcinwe ezinqolobaneni.


Wazindla wathi: ‘Ngizokwenzenjani, ngokuba anginandawo engizofaka kuyo isivuno sami na?’


“Lokhu kuyakuba yisibonakaliso kuwe: niyakudla ngalo nyaka okuzikhulelayo, nangonyaka wesibili isihlabane, nangonyaka wesithathu hlwanyelani, nivune, nitshale izivini, nidle izithelo zazo.


Ngosuku olulandela umkhosi wePhasika, nangalo lolo lusuku, badla umkhiqizo weKhanani, isinkwa esingenamvubelo nokusanhlamvu okugazingiwe.


Izibuya ziyakugcwala okusanhlamvu, izikhamo ziphuphume iwayini elisha namafutha amasha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite