Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 25:4 - IsiZulu 2020

4 kodwa ngonyaka wesikhombisa kuyakuba khona isabatha lokuphumula kwezwe, isabatha kuSimakade. Awuyukulima insimu yakho, futhi awuyukusithena nesivini sakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 kepha ngomnyaka wesikhombisa kuyakuba khona isabatha lokuphumula okuzothileyo kwezwe, isabatha kuye uJehova; awuyikulima insimu yakho, ungatheni isivini sakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kepha ngomnyaka wesikhombisa kuyakuba yisabatha lokuphumula kwezwe, isabatha leNkosi; awuyikulima insimu yakho, ungathena isivini sakho.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 25:4
6 Referans Kwoze  

ukuba ligcwaliseke izwi likaSimakade ngomlomo kaJeremiya, ukuze izwe laneliseke ngamasabatha alo. Ngazo zonke izikhathi, liyakuba yincithakalo liphumule kuze kuphele iminyaka engama-70.


Bayakulishiya izwe, lithokoze ngamasabatha alo lisahlezi liyincithakalo, kungekho muntu kulo. Bona besamukeliswa isijeziso sobubi babo, ngokuba balahla izehlulelo zami, umphefumulo wabo wanengwa yizimiso zami.


Amakhikhizela esivuno sakho awuyukuwavuna, nezithelo zomvini wakho ongatheniwe awuyukuzikha; kuyakuba ngunyaka wokuphumula kwezwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite