Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 24:23 - IsiZulu 2020

23 UMose wakhuluma nabantu bakwa-Israyeli; bamkhiphela ngaphandle kwenkambu lowo othukileyo, bamkhanda ngamatshe. Abakwa-Israyeli benza njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 UMose wakhuluma-ke kubantwana bakwa-Israyeli; bamkhiphela othukileyo ngaphandle kwekamu,* bamkhanda ngamatshe. Abantwana bakwa-Israyeli benza njengalokho uJehova emyalile uMose.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 UMose wayesekhuluma kubantwana bakwa-Israyeli ukuba bakhiphe isiqalekiso ngaphandle kwekamu, bamkhanda ngamatshe. Abantwana bakwa-Israyeli benza njengalokho uJehova emyalile uMose.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 24:23
8 Referans Kwoze  

Niyoba nesehlulelo esifanayo kumfokazi nakowozalo; nginguSimakade uNkulunkulu wenu.’ ”


USimakade wakhuluma kuMose entabeni iSinayi, wathi:


Abantu bakwa-Israyeli bahamba njengoba uSimakade ebayalile oMose no-Aroni.


Lokhu kuyakuba yisimiso esiphakade kini ukwenzela abantu bakwa-Israyeli ukubuyisana kanye ngonyaka ngenxa yezono zabo zonke. UMose wenza njengalokhu uSimakade ayemyalile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite