Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 24:19 - IsiZulu 2020

19 Umuntu olimaza omunye, kuyokwenziwa kuye njengalokho naye enzile,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Uma umuntu elimaza umakhelwane wakhe, njengalokho enzile yena kuyakwenziwa kanjalo kuye,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Uma umuntu eswela umakhelwane wakhe; njengalokho enze, kuyakwenziwa kanjalo kuye;

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 24:19
9 Referans Kwoze  

Ngokuba ngokwahlulela enahlulela ngakho, nani niyakwahlulelwa ngakho, nangesilinganiso enilinganisa ngaso, nani niyakulinganiselwa ngaso.


“Nizwile kwathiwa: ‘Iso ngeso, izinyo ngezinyo.’


Iso lakho aliyukuhawukela; makube ngukuphila ngokuphila, iso ngeso, izinyo ngezinyo, isandla ngesandla, unyawo ngonyawo.”


Uma kuvela ingozi kufanele kwenanwe ukuphila ngokuphila,


Oshaya inkomo ize ife uyoyikhokha, kube ngukuphila ngokuphila.


kube ngukwaphuka ngokwaphuka, iso ngeso, izinyo ngezinyo; njengalokho elimazile umuntu, kuyokwenziwa kanjalo nakuye.


U-Adoni Bhezekhi, wathi: “Amakhosi angama-70 anqunywe izithupha noqukula ayevame ukucosha imvuthuluka ewa etafuleni lami, njengoba ngenzile, ngalokho uNkulunkulu uphindisele kimi.” Bamletha eJerusalema, wafela khona.


iso ngeso, izinyo ngezinyo, isandla ngesandla, unyawo ngonyawo,


ukushiswa ngokushiswa, umvimbo ngomvimbo, inxeba ngenxeba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite