ULevitikusi 23:21 - IsiZulu 202021 Niyakumemezela ngalolo lusuku, nibe nomhlangano ongcwele, aniyukusebenza msebenzi; lokhu kuyisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu, kuzo zonke izindlu zenu. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 Niyakumemezela ngalolo suku, nibe nomhlangano ongcwele; ningasebenzi msebenzi; kuyisimiso esiphakade ezindlini zenu zonke ezizukulwaneni zenu. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202421 Kumelwe nimemezele ngalolo suku, ukuze kube umbuthano ongcwele kini; ningasebenzi msebenzi; kuyakuba yisimiso esiphakade ezindlini zenu zonke ezizukulwaneni zenu. Gade chapit la |
Uyokwenama phambi kukaSimakade uNkulunkulu wakho, wena nendodana yakho, indodakazi yakho, inceku yakho, incekukazi yakho, umLevi ohlala emzini wakho, umfokazi, intandane, nomfelokazi ohlala phakathi kwenu, uyokwenza lokhu endaweni uSimakade uNkulunkulu wakho ayakuyikhetha ukuba igama lakhe lihlale khona.