Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 23:16 - IsiZulu 2020

16 kuze kube lusuku olulandela olwesabatha ngesonto lesikhombisa, niyobala izinsuku ezingama-50, bese ninikela kuSimakade ngomnikelo omusha wokusanhlamvu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 kuze kufike olwangakusasa emva kwesabatha lesikhombisa anobala izinsuku ezingamashumi ayisihlanu, ninikele ngomnikelo omusha wempuphu kuJehova.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Kuze kube ekuseni ngemva kwesabatha lesikhombisa kumelwe nibale izinsuku ezingamashumi amahlanu; futhi kumelwe ninikele ngomnikelo omusha womlilo kuJehova.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 23:16
4 Referans Kwoze  

Kwathi sekufike usuku lwePhentekhoste, bebuthene bonke ndawonye.


“ ‘Ngosuku lolibo, lapho ninikela kuSimakade ngomnikelo omusha wokusanhlamvu emkhosini wenu wamaviki, niyoba nomhlangano ongcwele; aniyukusebenza msebenzi.


Niyoletha okuvela ezindlini zenu kube yizinkwa ezimbili zomnikelo wokuzungeziswa, okubili eshumini kwempuphu ecolisekileyo, ziyoba nemvubelo, bese ziphekwa, zibe lulibo lokuqala kuSimakade.


Ngenyanga yesithathu, baqala ukubeka izinqwaba, kwathi ngenyanga yesikhombisa, baqeda.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite