Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 22:11 - IsiZulu 2020

11 Kepha uma umphristi ethenga umuntu, lowo amthenge ngemali yakhe uyokukudla, nalabo abazalelwe kwakhe bayosidla isinkwa sakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Kepha uma umpristi ethenga umuntu eyintengo yemali yakhe, yena angakudla; nabazelwe emzini wakhe bangadla isinkwa sakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kodwa uma umpristi ethenga noma yimuphi umphefumulo ngemali yakhe, kumelwe adle kuyo kanye nalabo abazalelwa endlini yakhe; bayakudla inyama yakhe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 22:11
7 Referans Kwoze  

noma ngabe bazalelwe kwakho, noma bathengwe ngemali; mabasokwe. Lolu phawu alushaywe emizimbeni yenu lube yisivumelwano sami saphakade.


kodwa noma yisiphi isigqila esithengwe ngesiliva singalidla emva kokuba sisokiwe;


Wathatha umkakhe uSarayi, noLothi indodana yomfowabo, nayo yonke impahla ababenayo, nezinceku ababezitholile eHarana, babhekisa amabombo eKhanani. Sebefikile eKhanani,


Uma indodakazi yomphristi igana umfokazi, ayinakudla emnikelweni wezinto ezingcwele.


Uyakusidla isinkwa sikaNkulunkulu wakhe esingcwelengcwele nesingcwele.


Lokhu kuyakuba ngokwenu ezintweni ezingcwelengcwele ezisale emlilweni, kuyo yonke iminikelo yabo, nakuyo yonke iminikelo yabo yokusanhlamvu, nakuyo yonke iminikelo yabo yesono, nayo yonke iminikelo yabo yecala abayonikela ngayo kimi, iyoba ngcwelengcwele kuwe nakumadodana akho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite