Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 21:14 - IsiZulu 2020

14 Akayukuganwa ngumfelokazi noma ngolahlwe yindoda noma owesifazane okhohlakele, nesifebe, kodwa uyothatha intombi phakathi kwabantu bakubo, ibe ngumkakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Umfelokazi noma umfazi olahliweyo noma owesifazane owonakelyo, isifebe, laba akayikubathatha, kepha uyakuthatha intombi yabantu bakubo ibe ngumkakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Umfelokazi noma owesifazane ohlukanisiwe noma ongcolile noma isifebe, labo angeke abathathe; kodwa kumelwe athathe intombi kubantu bakubo ibe umkakhe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 21:14
5 Referans Kwoze  

“ ‘Abanakuthatha owesifazane oyisifebe nowonakeleyo, noma owesifazane olahlwe yindoda yakhe, ngokuba umphristi ungcwele kuNkulunkulu wakhe.


Abayukumthatha umfelokazi nolahliweyo babe ngabafazi babo, kodwa bayakuthatha izintombi ozalweni lwendlu yakwa-Israyeli, noma umfelokazi obegane umphristi.


“ ‘Uyothatha owesifazane oseyintombi, amgane.


Akayukuyihlambalaza inzalo yakhe phakathi kwabantu bakubo, ngokuba nginguSimakade omngcwelisayo.’ ”


Uma esephumile endlini yakhe, angahamba-ke abe ngowenye indoda.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite