Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 21:11 - IsiZulu 2020

11 akayukungena lapho kunofileyo khona, akayukuzingcolisa ngisho nangoyise noma unina imbala.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 angangeni nakumuphi umuntu ofileyo, angazingcolisi ngoyise noma ngonina,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Akumelwe futhi angene nanoma yimuphi ofileyo azingcolise ngoyise noma ngonina;

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 21:11
11 Referans Kwoze  

“ ‘Nanku umthetho uma umuntu efela ethendeni: yilowo nalowo ongena ethendeni nalowo osethendeni uyakuba ngongcolileyo izinsuku eziyisikhombisa.


Akayukuzingcolisa noma ngabe kufa uyise noma unina, noma umfowabo noma udadewabo, ngokuba isithembiso sakhe sobunaziri sisekhanda lakhe.


“ ‘Aniyukuzigcaba emizimbeni yenu ngenxa yabafileyo; aniyukuqopha mibhalo emabalabala kuyo; nginguSimakade.


Kanjalo thina kusukela manje, asisazi muntu ngokwenyama; nakuba besimazi uKhristu ngokwenyama, nokho manje asisamazi.


“Uma umuntu eza kimi, kepha engamdeli uyise, unina, umkakhe, abantwana, abafowabo, odadewabo, ngisho nokuphila kwakhe imbala, ngeke abe ngumfundi wami.


owathi ngoyise nonina: ‘Angibabonanga,’ wangabanaka abafowabo, akaze abanakekela abantwana bakhe. Ngokuba baligcina izwi lakho, basigcina isivumelwano sakho.


“ ‘Othinta isidumbu sanoma yimuphi umuntu uyakuba ngongcolileyo izinsuku eziyisikhombisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite