Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 20:25 - IsiZulu 2020

25 “ ‘Ngakho-ke niyohlukanisa phakathi kwesilwane esihlanzekileyo nesingcolileyo; inyoni engcolileyo nehlanzekileyo, aniyukuzenza nenyanyeke ngesilwane noma inyoni, nanoma yini nje enwabuzelayo emhlabeni, engikwehlukanisile ngathi kungcolile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 “ ‘Ngalokho anohlukanisa izilwane ezihlambulukileyo nezingcolileyo, izinyoni ezingcolileyo nezihlambulukileyo, ningenzi imiphefumulo yenu inengeke ngesilwane noma ngenyoni noma ngantoni enwabuzelayo emhlabeni, engizahlukanisile nani, ngathi zingcolile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Ngakho kumelwe wenze umehluko phakathi kokuhlanzekile nokungcolile phakathi kwezinyoni ezingcolile nezihlanzekile; aniyikwenza imiphefumulo yenu ibe yisinengiso ngezilwane, nangezinyoni, nangezilwane ezinwabuzelayo emhlabeni engizahlukanisele kini njengabangcolile.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 20:25
7 Referans Kwoze  

Wathi kubo: “Niyazi ukuthi akuvunyelwe ukuba umuntu ongumJuda ahlangane noma ahambelane nowesinye isizwe, kodwa uNkulunkulu ungitshengisile ukuba ngingasho nakoyedwa ngithi unechilo noma ungcolile.


UNkulunkulu wadala izilo ezinkulu zasolwandle, nezidalwa zonke ezitshuza emanzini ngezinhlobo zazo, nazo zonke ezindizayo ngezinhlobo zazo. UNkulunkulu wakubona ukuthi kuhle.


Niyakwehlukanisa phakathi kokungcwele nokungengcwele, okungcolileyo nokuhlanzekileyo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite