Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 20:14 - IsiZulu 2020

14 “ ‘Umuntu oyothatha owesifazane nonina, kungukonakala lokho; bayakushiswa ngomlilo, yena nabo, ukuze kungabi bikho lobu bubi phakathi kwenu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 “ ‘Uma umuntu ethatha umfazi kanye nonina, kungukonakala; bayakushiswa ngomlilo yena nabo, ukuze kungabikho konakala phakathi kwenu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Uma indoda ithatha umfazi kanye nonina, kungububi; bayakushiswa ngomlilo, yona kanye nabo; ukuze kungabi khona ububi phakathi kwenu.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 20:14
6 Referans Kwoze  

“ ‘Awuyukubembula ubunqunu bowesifazane nobendodakazi yakhe; awuyukuthatha indodakazi yendodana yakhe, noma indodakazi yendodakazi yakhe awuyukwembula ubunqunu bayo, ngokuba bayizihlobo; kungukonakala lokho.


“ ‘Makaqalekiswe olala nomkhwekazi wakhe.’ “Bonke abantu bayothi: ‘Amen.’


Bagxobagxoba amakhanda abampofu othulini lomhlabathi, bachezukisa abathobekileyo endleleni; indodana noyise baya entombini, kanjalo-ke balihlambalaze iGama lami elingcwele.


Kuyothi umuntu oyotholakala enokuqalekisiweyo, ashiswe ngomlilo nakho konke anakho, ngokuba esephulile isivumelwano sikaSimakade, nangokuba enze into embi kakhulu kwa-Israyeli.’ ”


UJoshuwa wathi: “Wenzeleni ukuba usilethele inhlupheko, na? USimakade uzakukulethela inhlekelele nawe namuhla.” Bonke abantu bakwa-Israyeli bamkhanda ngamatshe waze wafa, babashisa ngomlilo, babakhanda ngamatshe.


“ ‘Uma indodakazi yomphristi izingcolisa ngokufeba, ihlambalaza uyise; iyoshiswa ngomlilo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite