Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 20:13 - IsiZulu 2020

13 “ ‘Indoda elala nowesilisa njengowesifazane, bobabili benze okunengisayo; bayobulawa nokubulawa, igazi labo libe semakhanda abo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 “ ‘Uma indoda ilala nowesilisa njenganowesifazane, bobabili benzile isinengiso; bobulawa nokubulawa, igazi labo libe phezu kwabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 “ ‘Uma indoda ilala nendoda, njengokuba ilala nowesifazane, bobabili benzile isinengiso; kufanele babulawe impela; igazi labo liyakuba phezu kwabo.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 20:13
9 Referans Kwoze  

Kanti anazi yini ukuthi ababi abayukulidla ifa lombuso kaNkulunkulu na? Ningayengeki, ngokuba izifebe, abakhonza izithombe, iziphingi, abahlobongayo, abaphangi, abalalanayo benobulili obufanayo,


“ ‘Awuyukulala nowesilisa njengowesifazane; kuyisinengiso lokho.


izifebe, abesilisa abalalanayo, abathumba abantu, abaqambimanga, abafunga amanga, nanoma yikuphi okunye okuphambene nemfundiso elungileyo;


NjengeSodoma neGomora nemizi eyakhelene nayo, yenza ubufebe ngokufanayo, yalandela ubufebe obuxakile. Bayisibonelo sokubhujiswa ngomlilo ongunaphakade.


“Makungabi bikho sifebe sethempeli emadodakazini nasemadodaneni akwa-Israyeli.


Bammemeza uLothi bethi: “Akuphi lawa madoda angenise kuleyo ndlu namuhla na? Akhiphele lapha phandle siwalale.”


Besazijabulisa, kwatheleka abantu bakulowo muzi, ababekhohlakele kakhulu, bazungeza indlu, baqala ukungqongqotha emnyango, bethi ekhehleni elingumninindlu: “Khiphela phandle umuntu ongenise endlini yakho ukuze silale naye.”


Ungayilethi inkokhelo yesifebe nemali yenja endlini kaSimakade uNkulunkulu wakho ukuba ufeze isithembiso, ngokuba kokubili kuyisinengiso kuSimakade uNkulunkulu wakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite