Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 20:10 - IsiZulu 2020

10 “ ‘Umuntu ophinga nomfazi womunye, nomuntu ophinga nomfazi kamakhelwane wakhe, labo abaphingileyo bayakubulawa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 “ ‘Umuntu ophinga nomfazi womunye umuntu nophinga nomkamakhelwane wakhe, isiphingi nesiphingikazi ziyakubulawa nokubulawa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Umuntu ophinga nomfazi wenye indoda, nalowo ophinga nomkamakhelwane wakhe, isiphingi nesiphingikazi bayakubulawa nokubulawa.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 20:10
12 Referans Kwoze  

“ ‘Awuyukulala nomkamakhelwane ukuzingcolisa ngaye.


UDavide wathi kuNathani: “Ngonile kuSimakade.” UNathani wathi kuDavide: “USimakade usisusile isono sakho, awuyukufa.


alale nenye indoda, immithise, kufihleke endodeni yakhe, futhi angabanjwa, uzingcolisile, noma ngabe akukho fakazi nokho ngaye, futhi engabanjwanga egila lo mkhuba.


Owesifazane wakhulelwa, wathumela ukuba kuyobikelwa uDavide, wathi: “Ngikhulelwe.”


Ngokuba lokho kuyichilo, necala elifanele ukujeziswa;


“Kanti uSimakade akabenzanga yini baba nyamanye na? Emoyeni nasenyameni bangabakhe. Kungani babe munye na? Wayefuna ulibo olunobuNkulunkulu. Ngakho-ke qaphela enhliziyweni yakho, ukuba ungamkhohlisi unkosikazi wobusha benu.


“Uma inhliziyo yami iyengwe ngowesifazane, ngacutha emnyango womakhelwane wami,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite