Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 19:9 - IsiZulu 2020

9 “ ‘Uma nivuna isivuno sezwe lakini, awuyukuvuna konke emagunjini ensimu yakho, noma ucoshe ngisho okuwe phansi ensimini yakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “ ‘Nxa nivuna isivuno sezwe lakini, awuyikuvuna ngokupheleleyo emagumbini ensimu yakho, ungakhothozi umkhothozo wesivuno sakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Lapho nibutha isivuno sezwe lakini, akumelwe nivune ngokuphelele amagumbi ezwe lakini, futhi akumelwe nibuthe isivuno sesivuno senu.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 19:9
9 Referans Kwoze  

“ ‘Lapho senivuna isivuno sezwe lakini, aniyukuvuna konke emagunjini amasimu enu, aniyukuqeda konke, niyakushiyela abampofu nabafokazi; nginguSimakade uNkulunkulu wakho.’ ”


Wayesesukuma eyokhothoza. UBhowazi wayala izinceku zakhe wathi: “Mvumeleni akhothoze nasezithungweni, ningamthethisi.


URuthi wakwaMowabi wathi kuNawomi: “Ngivumele ngihambe ngiye ensimini ukuze ngikhothoze emva kwalowo oyokuba nomusa kimi.” UNawomi wathi kuye: “Hamba ndodakazi yami.”


“Yisho kubantu bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Lapho senifikile ezweni engizakuninika lona, senivunile isivuno salo; niyoletha kumphristi isithungo solibo lokuqala lwesivuno senu.


Yilowo nalowo muntu ongayikuzithoba ngalolo lusuku uyonqunywa kubantu bakubo.


Noma ngubani oyoyidla, uyothwala ububi bakhe, ngokuba ungcolise okungcwele kukaSimakade, lowo muntu uyonqunywa kubantu bakubo.


Awuyukuvuna konke esivinini sakho, awuyukubutha amagilebhisi avuthuluke kuso, uyowashiyela abampofu nabafokazi; nginguSimakade uNkulunkulu wakho.


UBhowazi wayesethi kuRuthi: “Lalela lapha ndodakazi yami. Ungayi ukuyokhothoza kwenye insimu, futhi ungasuki lapha; sondelana nezincekukazi zami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite