Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 19:25 - IsiZulu 2020

25 Ngonyaka wesihlanu niyokudla izithelo zayo, ukuze ithele kakhulu; nginguSimakade uNkulunkulu wenu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Ngomnyaka wesihlanu niyakudla kuzo izithelo zayo, ukuze inithelele kakhulu; nginguJehova uNkulunkulu wenu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Ngomnyaka wesihlanu lizadla isithelo salo, ukuze lilithele izithelo zalo; nginguJehova uNkulunkulu wenu.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 19:25
13 Referans Kwoze  

Kepha ngonyaka wesine zonke izithelo zayo ziyokuba ngcwele, ezokudumisa uSimakade.


“ ‘Aniyukudla lutho olunegazi, aniyukwenza imilingo, noma nihumushe izimpawu.


“ ‘Yilowo nalowo uyohlonipha uyise nonina, agcine amasabatha ami; nginguSimakade uNkulunkulu wenu.


“ ‘Aniyukuphendukela konkulunkulu abayize, aniyukuzenzela izithombe ezakhiwe; nginguSimakade uNkulunkulu wenu.


Awuyukuvuna konke esivinini sakho, awuyukubutha amagilebhisi avuthuluke kuso, uyowashiyela abampofu nabafokazi; nginguSimakade uNkulunkulu wakho.


Aniyukudla isinkwa notshwele nezikhwebu ezintsha kuze kufike lolo lusuku, nize nilethe umnikelo kaNkulunkulu wenu; lokhu kuyisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu, kuzo zonke izindlu zenu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite