Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 18:18 - IsiZulu 2020

18 “ ‘Awuyukuthatha owesifazane abe yimbangi kadadewabo ukuba wembule ubunqunu bakhe esekhona udadewabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 “ ‘Ungathathi owesifazane kanye nodadewabo ukuba wambule ubunqunu bakhe kanye nomunye esekhona, aze ambange.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Futhi ungathatheli udadewabo umfazi ukumhlupha, ukuveza ihlazo lakhe phakathi kwabanye ekuphileni kwakhe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 18:18
8 Referans Kwoze  

“Kanti uSimakade akabenzanga yini baba nyamanye na? Emoyeni nasenyameni bangabakhe. Kungani babe munye na? Wayefuna ulibo olunobuNkulunkulu. Ngakho-ke qaphela enhliziyweni yakho, ukuba ungamkhohlisi unkosikazi wobusha benu.


Kepha wathi kuye: “Akwanele yini ukungithathela umyeni wami; manje usufuna ukungiphuca namamandarike omntanami na?” URaheli wathi: “Kulungile-ke, uJakobe uzolala nawe ngalobu busuku uma unginika amamandarike endodana yakho.”


UJakobe wenza kanjalo, waqeda iviki enoLeya, uLabani wayesemnika uRaheli, indodakazi yakhe, ukuba abe ngumkakhe.


ULameki waganwa ngabafazi ababili, u-Ada noZila.


Amakhethini ayisihlanu ayothungwa ahlanganiswe ndawonye, kanjalo namanye amakhethini ayisihlanu ayothungwa ahlanganiswe ndawonye.


“ ‘Awuyukubembula ubunqunu bowesifazane nobendodakazi yakhe; awuyukuthatha indodakazi yendodana yakhe, noma indodakazi yendodakazi yakhe awuyukwembula ubunqunu bayo, ngokuba bayizihlobo; kungukonakala lokho.


“ ‘Awuyukusondela kowesifazane, wembule ubunqunu bakhe esangcolile ngokungcola kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite