Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 18:16 - IsiZulu 2020

16 “ ‘Awuyukubembula ubunqunu bukamkamfowenu; bungubunqunu bukamfowenu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “ ‘Ungambuli ubunqunu bomkamfowenu; kungubunqunu bomfowenu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ungalidaluli ihlazo lomkamfowenu; kuyihlazo lomfowenu.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 18:16
7 Referans Kwoze  

“Uma abozalo behlala ndawonye, omunye wabo efa engenandodana, umfazi wofileyo akayukugana umfokazi ongaphandle, kodwa umfowabo wendoda yakhe uyakumngena, amthathe abe ngumkakhe, aphelelise wonke amalungelo endoda kuye.


“ ‘Uma umuntu ethatha umkamfowabo, kungukungcola lokho; wambulile ubunqunu bomfowabo; bayokufa bengazange babe nabantwana.


“Mfundisi, uMose wasilobela ukuthi, uma kufa umfowabo womuntu, eshiya umkakhe engenamntwana, umfowabo makamngene umkakhe, amvusele umfowabo abolibo.


bathi: “Mfundisi, uMose wathi: ‘Uma umuntu efa engazele bantwana, umfowabo makamngene umkakhe, amvusele umfowabo umuzi.’


Kepha uHerode, uMthethrakhi, wasolwa nguJohane ngenxa kaHerodiya, umkafowabo, nangenxa yakho konke okubi ayekwenzile uHerode,


UHerode uqobo nguye owayethumele ukuba abanjwe uJohane, wayesemfaka ejele, ngenxa kaHerodiya umkaFiliphu umfowabo, ngokuba wamthatha wamgana.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite