Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 17:9 - IsiZulu 2020

9 kodwa angawulethi emnyango wethende lokuhlangana ukuba awunikele kuSimakade, lowo muntu uyakunqunywa kwabakubo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 engayilethi emnyango wetende lokuhlangana ukunikela ngawo kuJehova, lowo muntu uyakunqunywa kubantu bakubo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 futhi ungayilethi emnyango wetende lokuhlangana ukuze unikele ngayo kuJehova; lowomuntu uyakunqunywa phakathi kwabantu bakubo.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 17:9
6 Referans Kwoze  

engayilethanga emnyango wethende lokuhlangana ukunikela ngayo ibe ngumnikelo kaSimakade ngaphambi kwethabanakeli likaSimakade, lowo muntu uyakubekwa icala legazi, ngokuba uchithile igazi; lowo muntu uyakunqunywa kwabakubo.


Niyakungakhela i-althare ngomhlabathi, nenze phezu kwalo imihlatshelo yokushishwa neyokuthula, ngezimvu nezinkomo zenu, kuzo zonke izindawo lapho ngenza khona ukuba igama lami likhunjulwe, ngiyakuza nginibusise.


“ ‘Uma umnikelo kungumnikelo wokushiswa othathwe ezinkomeni, uyonikela ngeduna elingenasici, uyoliletha emnyango wethende lokuhlangana ukuze emukeleke phambi kukaSimakade.


Uma enikela ngewundlu libe ngumnikelo wakhe uyoliletha phambi kukaSimakade,


“Uyosho nalokhu kubo uthi: ‘Yilowo nalowo muntu wendlu yakwa-Israyeli noma umfokazi ogogobele phakathi kwabo onikela ngomnikelo wokushiswa noma ngomhlatshelo,


Noma yimuphi oyogcoba ngawo umuntu ongafanele, uyonqunywa phakathi kwabantu.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite