Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 17:3 - IsiZulu 2020

3 yilowo nalowo muntu wendlu yakwa-Israyeli oyohlaba inkunzi noma imvana noma imbuzi enkanjini, noma ayihlabele ngaphandle kwenkambu,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Yilowo nalowo muntu wendlu yakwa-Israyeli ohlaba inkunzi noma imvana noma imbuzi ekamu,* noma eyibulala ngaphandle kwekamu,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Noma yimuphi umuntu wendlu ka-Israyeli ohlaba inkabi noma iwundlu noma imbuzi emgodini noma ukuhlaba emgodini,

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 17:3
11 Referans Kwoze  

“ ‘Noma ngubani odla ingcuba noma isilwane esidweshulwe yizilo, noma ngabe ungowolibo noma ngumfokazi, uyohlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolileyo kuze kuhlwe, bese eyahlambuluka.


“Uyosho nalokhu kubo uthi: ‘Yilowo nalowo muntu wendlu yakwa-Israyeli noma umfokazi ogogobele phakathi kwabo onikela ngomnikelo wokushiswa noma ngomhlatshelo,


“Khuluma no-Aroni, namadodana akhe, nabo bonke abantu bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Yilokhu uSimakade ayale ngakho, ethi:


engayilethanga emnyango wethende lokuhlangana ukunikela ngayo ibe ngumnikelo kaSimakade ngaphambi kwethabanakeli likaSimakade, lowo muntu uyakubekwa icala legazi, ngokuba uchithile igazi; lowo muntu uyakunqunywa kwabakubo.


Abantu babenza imihlatshelo ezindaweni eziphakemeyo, ngoba yayingakabi bikho indlu eyakhelwe igama likaSimakade, kwaze kwaba yilezo zinsuku.


Uyakubeka isandla sakhe enhloko yawo, awuhlabe ngasekungeneni kwethende lokuhlangana, amadodana ka-Aroni angabaphristi ayofafaza igazi lawo nxazonke ze-althare.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite