Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 16:7 - IsiZulu 2020

7 Uyothatha izimpongo ezimbili, azibeke phambi kukaSimakade ngasemnyango wethende lokuhlangana.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Wothabatha izimpongo zombili, azibeke phambi kukaJehova ngasemnyango wetende lokuhlangana.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kumelwe athathe izimbuzi ezimbili azibeke phambi kukaJehova emnyango wetende lokuhlangana.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 16:7
7 Referans Kwoze  

Ngakho-ke ngiyanincenga bazalwane, ngobubele bukaNkulunkulu ukuba ninikele imizimba yenu ibe ngumnikelo ophilileyo, ongcwele, othandekayo kuNkulunkulu; kube ngukukhonza kwenu ngokomoya.


Kusukela lapho, uJesu waqala ukubachazela abafundi bakhe ukuthi kufanele aye eJerusalema, ahlushwe ngokuningi ngamalunga, nabaphristi abakhulu nezazimthetho, abulawe, kepha avuswe ngosuku lwesithathu.


Uyoliletha iduna phambi kukaSimakade ngasekungeneni kwethende lokuhlangana, abeke isandla sakhe enhloko yalo, iduna lihlatshwe phambi kukaSimakade.


“ ‘Uma umnikelo kungumnikelo wokushiswa othathwe ezinkomeni, uyonikela ngeduna elingenasici, uyoliletha emnyango wethende lokuhlangana ukuze emukeleke phambi kukaSimakade.


U-Aroni makanikele ngenkunzi, ibe ngumnikelo wakhe wesono; azenzele yena nendlu yakhe ukubuyisana.


U-Aroni uyakwenza unkatho ngezimpongo zombili, olunye unkatho lube ngolukaSimakade, olunye unkatho lube ngoluka-Azazeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite