Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 15:7 - IsiZulu 2020

7 “ ‘Othinta umzimba womfimfayo uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolileyo kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “ ‘Othinta inyama yocucuzayo uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Othinta inyama yocucuzayo uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 15:7
7 Referans Kwoze  

Oyohlala entweni ekade kuhleli kuyo omfimfayo uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolileyo kuze kuhlwe.


“ ‘Uma omfimfayo ephimisela ngamathe ohlambulukileyo, ohlambulukileyo uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.


“ ‘Niyakungcoliswa yizo, kuthi bonke abathinta izidumbu zazo babe ngabangcolile kuze kuhlwe.


Bonke abathwala izilwane ezifile bayakuhlanza izingubo zabo, futhi babe ngabangcolile kuze kuhlwe.


“ ‘Uma kufa isilwane esidliwayo, othinta leyo ngcuba uyakuba ngongcolileyo kuze kuhlwe.


nalowo oyothinta okunwabuzelayo okungamngcolisa, noma yimuphi omunye umuntu ongamngcolisa, noma ngabe unakungcola kwaluhlobo luni.


Konke okuyothintwa ngumuntu ongcolileyo kuyoba ngokungcolile; umuntu oyokuthinta uyoba ngongcolileyo kuze kuhlwe.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite