Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 15:3 - IsiZulu 2020

3 Lokho kungcola kudalwa ngukumfimfa kwakhe: noma ngabe umzimba wakhe umfimfa, noma sekunqamukile ukumfimfa, kuyakuba ngukungcola kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Lokhu kuyakuba ngukungcola kwakhe ngokucucuza kwakhe: noma umzimba wakhe ucucuza, noma umzimba wakhe uvimbekile ekucucuzeni kwakhe, kungukungcola kwakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Lokhu kuyakuba ngukungcola kwakhe ekugobhozeni kwakhe: noma inyama yakhe igobhoza, noma inyama yakhe ivalekile ekugobhozeni kwayo, lokho kungukungcola kwakhe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 15:3
5 Referans Kwoze  

Wawakhanukela amashende alapho, azinduku zawo zinjengezinduku zezimbongolo, nemiphambili yawo echitha njengeyamahhashi.


Wafeba nabaseGibhithe, omakhelwane bakho, abagcwele inkanuko enkulu, wandisa ubufebe bakho ukuba ungichukuluze, ukuze ngithukuthele.


Ngosuku lwesishiyagalombili umfana uyosokwa ijwabu.


“Yishoni kubantu bakwa-Israyeli, nithi kubo: ‘Uma owesilisa emfimfa emzimbeni wakhe, ungcolile ngokumfimfa kwakhe.


“ ‘Yonke imibhede elala omfimfayo iyakuba ngengcolile; nakho konke ahlala kukho kuyakuba ngokungcolile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite