Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 15:26 - IsiZulu 2020

26 Imibhede yonke alala kuyo ngazo zonke izinsuku zokumfimfa kwakhe iyakuba njengemibhede yokungcola kwakhe; nazo zonke izinto ahlala kuzo ziyakuba ngezingcolileyo njengokungcola kwalapho esesikhathini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Imibhede yonke alala kuyo zonke izinsuku zokucucuza kwakhe iyakuba kuye njengombhede wokungcola kwakhe; zonke izinto ahlala kuzo ziyakuba ngezingcolile njengokungcola kwefindo lakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Yonke imibhede alala kuyo zonke izinsuku zokucucuza kwakhe iyakuba kuye njengombhede wokungcola kwakhe; futhi konke ahlala kukho kuyoba okungcolile njengokungcola kokungcola kwakhe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 15:26
3 Referans Kwoze  

“Khuluma kubantu bakwa-Israyeli, uthi: ‘Uma owesifazane ekhulelwe azale umntwana womfana uyakuba ngongcolile izinsuku eziyisikhombisa, njengalokhu kwenzeka lapho esesikhathini, uyoba ngongcolile.


“ ‘Uma owesifazane emfimfa igazi izinsuku eziningi, hhayi ngesikhathi sokungcola kwakhe, noma emfimfa kwedlule esikhathini sokungcola kwakhe, ngazo zonke izinsuku zokumfimfa uyohlala engongcolile njengasezinsukwini zokungcola kwakhe; uyakuba ngongcolileyo.


Noma yimuphi othinta lezi zinto uyakuba ngongcolileyo, uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolileyo kuze kuhlwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite