Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 15:25 - IsiZulu 2020

25 “ ‘Uma owesifazane emfimfa igazi izinsuku eziningi, hhayi ngesikhathi sokungcola kwakhe, noma emfimfa kwedlule esikhathini sokungcola kwakhe, ngazo zonke izinsuku zokumfimfa uyohlala engongcolile njengasezinsukwini zokungcola kwakhe; uyakuba ngongcolileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 “ ‘Uma owesifazane ecucuza igazi lakhe izinsuku eziningi, zingabi ngezokungcola kwakhe, noma ecucuza kudlula isikhathi sokungcola kwakhe, zonke izinsuku zokucucuza kokungcola kwakhe uyakuba njengasezinsukwini zokungcola kwakhe; ungcolile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 “ ‘Uma owesifazane ecucuza igazi lakhe izinsuku eziningi kusukela esikhathini sokungcola kwakhe, noma lidlula isikhathi sokungcola kwakhe, zonke izinsuku zokugobhoza kokungcola kwakhe ziyakuba njengezinsuku zokungcola kwakhe; uyakuba ngongcolile.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 15:25
6 Referans Kwoze  

Owesifazane owayenesifo somopho iminyaka eli-12, owayesezame kwabaningi efuna ukuphulukiswa kodwa akaze akuthola.


Kwakukhona owesifazane owayenomopho iminyaka eli-12.


Kwakukhona owesifazane owayenesifo somopho iminyaka eli-12, wasondela emuva kukaJesu, wathinta umphetho wengubo yakhe.


Imibhede yonke alala kuyo ngazo zonke izinsuku zokumfimfa kwakhe iyakuba njengemibhede yokungcola kwakhe; nazo zonke izinto ahlala kuzo ziyakuba ngezingcolileyo njengokungcola kwalapho esesikhathini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite